AbeMK badube umhlangano wesiShayamthetho KwaZulu-Natal bekhala ngokwephulwa komthetho

128

INTATHELI YELANGA

ADUBE umhlangano wokuqokwa kwamakomidi nozihlalo bawo amalungu eMK Party esiShayamthetho saKwaZulu Natal ekhala ngokwephulwa komthetho  ohambisana nalolu hlelo. Kubikwa ukuthi ngokomthetho wesishayamthetho, lo mhlangano bekumele uhlale zingakapheli izinsuku eziwu-7 kuqokwe usomlomo nephini lakhe, abaqokwe mhla ka-14 kuNhlangulana (June). Amalungu e-MK achaze lo mhlangano njengongekho emthethweni kwazise isikhathi sokuhlala kwawo besesidlulile.

Previous articleLizoqala ukuqulwa ngo-October elikaMapisa-Nqakula lenkohlakalo
Next article“Izinyokanyoka” zibe yisizathu sesinqumo se-Eskom sokunciphisa amandla kagesi