Amabutho emhlanganweni weSilo ne-IFP

384

ASETHELEKILE amabutho emhlanganweni wesigungu esiphezulu se-IFP neSilo uMisuzulu kaZwelithini, ezindlini zesishayamthetho esidala, oNdini, lapho leli qembu liveze ukuthi lizobe lidingida khona izindaba ezibalulekile neNdlulamithi. UMnu Albert Mncwango (osesithombeni) uyingxenye yesigungu se-IFP. [Bheka isithombemnyakazo (video)]

Previous articleKusukume umnyango kolomfundi ohlukunyezwayo
Next articleKuqine idolo kwabeSharks kubuya abamaBhokobhoko