Amaloli ayaqhubeka nokubhubhisa emigwaqweni yaKwaZulu-Natal

496

Abulale abawu-8 ezingozini ezenzeke eThekwini ngempelasonto

BHEKI NDLOVANA

IYAQONGA inkinga yezingozi zomgwaqo ezibandakanya amaloli, ezidlula nenqwaba yemiphefumulo Kwa-Zulu-Natal, okuyinto esiphenduke insakavukela umchilo wesidwaba. sifundazwe. Abawu-7, kwalimala inqwaba. kubikwa ukuthi yenzeke emgwaqweni uM35 ngase-Siphingo eThekwini, kanti kusolwa ukuthi umshayeli weloli wehlulekile wukulilawula emuva kokuba libe nenkinga yamabhuleki, laselishayisa itekisi ebinabantu phakathi, lashayisa nezimoto ezincane. Ngokwabezimo eziphuthumayo bakwa-Emer-G-Med, uphenyo lokuqala (preliminary investigation) kwenye ingozi ebandakanya iloli, eyenzeke kuN2 uma uqeda ukudlula umgwaqo uKwaMashu Highway ngoLwesihlanu.


Kuleyo ngozi eyenzeke kuN2, kubikwa ukuthi iloli ebelithwele izingodo liphaphalazile lakhwela phezu kwemoto ebifile eduze komgwaqo,kwashona umakhenikha eTownhill, eMgungundlovu. Kuleyo kubikwa ukuthi kushone umshayeli walo iloli. Ngokwesitatimende esikhishwe wuMnyango wezokuThutha esifundazweni, ithimba labaphenyi elihlanganisa iSouth African Police Service (SAPS), abeThekwini Metro, nabeRoad Traffic ngembangela yale ngozi eyenzeke eSiphingo. UMnu Sipho Hlomuka onguNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal unxuse abashayeli bamaloli ukuba baqaphele kakhulu emgwaqweni.

Unxenxe izinkampani zamaloli nabo abashayeli bawo ukuba babambisane nohulumeni emizamweni yokunciphisa izinga lezingozi nokufa kwabantu emgwaqweni. Uthi izinga lokufa kwabantu ezingozini zomgwaqo ezibandakanya amaloli kalamukelekile. Kwenzeka lezi zingozi nje, kakukapholi namanxeba emindenini yabantu abawu-21 abashona enhlekeleleni yengozi eyadalwa yiloli oPhongolo ngoMandulo (September).Amaloli ayaqhubeka nokubhubhisa emigwaqweni yaKwaZulu-Natal Abulale abawu-8 ezingozini ezenzeke eThekwini ngempelasonto.


UMnyango wezoku-Thutha KwaZulu-Natal uveze ukuthi ngoMfumfu (October) nje kuphela, kubikwe izingozi zamaloli ezingaphezu kuka-55. Kule mpelasonto okusukwa kuyo kushone inqwaba yabantu ezigamekweni ezishaqisayo ezenzeke ezindaweni ezahlukene kulesi Kulezo zigameko kubalwa ingozi eyenzeke ngoMgqibelo okushone kuyo abantu abainqwaba. Le ngozi luveza ukuthi iloli liphelelwe ngamabhuleki liphikelele erobhothini elisezimpambanweni zomgwaqo, laselishayisa itekisi nezinye izimoto ezincane. Abantu abashonile kubikwa ukuthi bebegibele kule tekisi.


Abe-Emer-G-Med babike ukuthi kwenzeka le ngozi nje, esikhathini esingamahora cishe awu-48 bebekade bematasa obeyilungisa, kwalimala nabanye abayisihlanu. Khona futhi ngoMgqibelo, kubikwa ukuthi kunenye ingozi eyenzeke kuN3 Inspectorate (RTI) lisematasa nokwenza uphenyo ukuze kutholakale ngembangela yale ngozi eyenzeke eSiphingo. UMnu Sipho Hlomuka onguNgqongqoshe wezoku-Thutha KwaZulu-Natal unxuse abashayeli bamaloli ukuba baqaphele kakhulu emgwaqweni. Unxenxe izinkampani zamaloli nabo abashayeli bawo ukuba babambisane nohulumeni emizamweni yokunciphisa izinga lezingozi nokufa kwabantu emgwaqweni. Uthi izinga lokufa kwabantu ezingozini zomgwaqo ezibandakanya amaloli kalamukelekile. Kwenzeka lezi zingozi nje, kakukapholi namanxeba emindenini yabantu abawu-21 abashona enhlekeleleni yengozi eyadalwa yiloli oPhongolo ngoMandulo (September).

Previous articleUsindiswe ngamaphoyisa umnikazi wePitbull
Next articleIsidumbu sosana sitholwe sintanta emfuleni