Aqhathiwe azodlala kwiCarling Black Label Knockout

312

INTATHELI YELANGA

ASEQHATHIWE amakilabhu azotholana phezulu kwiLast 16 yeCarling Black Label Knockout. Umcimbi ubunamuhla emini eGoli. 

Amakilabhu asekuqaleni azodlalela ekhaya:-

Sekhukhune United vs Royal AM

Orlando Pirates vs Cape Town Spurs

SuperSport United vs Polokwane City

TS Galaxy vs Mamelodi Sundowns 

Chippa United vs Stellenbosch

Richards Bay vs Moroka Swallows

Kaizer Chiefs vs AmaZulu 

Lamontville Golden Arrows vs Cape Town City

Izinkundla okuzogijinyelwa kuzona le midlalo zizomenyezelwa ezinsukwini ezizayo.

Previous articleAbakaShenge baqokelwe emkhandlwini we-IFP
Next articleKuhalaliselwe uBlack Coffee ngengqophamlando