Bashaqekile kusha ibhasi eThekwini

1588

INTATHELI YELANGA

KUMANGALE abantu enkabeni yedolobha iTheku ibhasi elingaphansi kukamasipala waleli dolobha, elibizwa ngePeople Mover lisha ubuhanguhangu maphakathi nomgwaqo.

Ngesikhathi sokushicililela, ibingacaci imbangela yokusha kwaleli bhasi njengoba kuze kwalamula ukufika kwabezicishamlilo ukunqanda ukusabalala komlilo.

Ngokuthola kweLANGA, kakulimalanga muntu kulesi sigameko esishiye inqwaba yabantu ishaqekile.
ISITHOMBEMNYAKAZO NESITHOMBE: KUTHUNYELWE

Previous articleKuklonyeliswe izitshudeni ezenze kahle kwezocwaningo
Next articleSizoze sicabange ukuthi ningoDJ Hlo beCAF