Izindaba Bashiye oshoki bagcwala imigwaqo obeSadtu 13th October 2023 252 BAMISE ukufunda nokufundisa othisha abangamalungu eSadtu bagcwala imigwaqo namuhla bekhala ngezinkinga ezibhekene nokuthisha. Imashi isuke kuBotha eThekwini yaze yayofika eCity Hall.