Ilanga News

Ezamabhizinisi/Ezomnotho

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

LUHLOSE ukuhlomulisa abalimi abasakhula nokukhuthaza abantu ukuthi badle ukudla okunomsoco usuku lwemakethe olubizwa ngeSoil To Soul Farmers Market Day oluzoba ngomhla ka-30 kwephezulu ePort Natal Maritime Museum Parking eThekwini. Lolu suku kuzobe kubuthene abalimi...

Yethulwe endaweni yekhethelo inyanga yezokuvakasha eKZN

Yethulwe endaweni yekhethelo inyanga yezokuvakasha eKZN

UVEZE iphupho analo ngendawo yakhe Indonayamanzi Bar and Grill eKwaDlangezwe uMnu Simphiwe Hadebe ngesikhathi kunomcimbi wokwethulwa kwenyanga yezokuvakasha KwaZulu Natal obuhanjelwe izicukuthwane noNgqongqoshe wezokuVakasha nokuThuthukiswa koMnotho kulesi sifundazwe...

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

UGABE ngobuchwepheshe besimanje manje umakhalekhukhwini wohlobo lweHonor 400/ 400 Pro owethulwe ngokusemthethweni ngoLwesine eKyalami eGoli. Umcimbi wokwethulwa kwalo makhalekhukhwini ubuhanjelwe ngosaziwayo nabezemidlalo abahlukene. Isikhulu esiphezulu se-Honor South...

Kukhuthazwe intsha ngokwenza umehluko eMzansi

Kukhuthazwe intsha ngokwenza umehluko eMzansi

KUKHUTHAZWE intsha eqhamuka ezikhungweni ezahlukene zama-TVET College aKwaZulu Natal ukuthi abe yingxenye yomkhankaso wakwaBrand SA obizwa ngePlay Your Part. Amanxusa alo mkhankaso ahlangane eThe Station ngoLwesine ngenhloso yokuzokhuthazwa nokukhangisa ngamabhizinisi...