Ilanga News

Ezemali

Ungabudeleli ubuncane beSuzuki Jimny

Ungabudeleli ubuncane beSuzuki Jimny

UNGABUDELELI ubuncane beJimny ngoba yakhelwe impilo yasedolobheni nangaphandle kwedolobha, kanti inawo namandla injalo nje. Ngingumama ozisebenzayo - obhekelele nabantwana abafunda isikole, aphinde abematasa nezinto ezahlukene ezidinga ngibe nezinyawo ezisheshayo -...

Yethulwe endaweni yekhethelo inyanga yezokuvakasha eKZN

Yethulwe endaweni yekhethelo inyanga yezokuvakasha eKZN

UVEZE iphupho analo ngendawo yakhe Indonayamanzi Bar and Grill eKwaDlangezwe uMnu Simphiwe Hadebe ngesikhathi kunomcimbi wokwethulwa kwenyanga yezokuvakasha KwaZulu Natal obuhanjelwe izicukuthwane noNgqongqoshe wezokuVakasha nokuThuthukiswa koMnotho kulesi sifundazwe...

Iyisixazululo kwabanemindeni emikhulu iHyundai Alcazar

Iyisixazululo kwabanemindeni emikhulu iHyundai Alcazar

Ishaye Izule noZandile Tembe NAKUBA kuyimoto engeke ikudonse ngenxa yokwakheka nokubukeka kwayo, kuningi okuthola kuyo ngenani elingakhalisi uma ubheka ukubiza kwezimoto esikhathini samanje. Ngikuthokozele kakhulu ukuphepha kwayo nendlela eyanela ngayo umndeni...

Kunxuswa umphakathi ukuphawula ngenani leNational Minimum Wage

Kunxuswa umphakathi ukuphawula ngenani leNational Minimum Wage

INational Minimun Wage (NMW) Commission inxusa abaqashi, isisebenzi, amalungu omphakathi nezinye izinhlaka ukubeka imibono yabo mayelana nokwenyuswa kwenali lemali okungamele umuntu oyisisebenzi eNingizimu Afrika ahole ngaphansi kwayo. Le khomishini ithi ngemuva...