ILIMALE isemzini wabo inkosikazi kaNasreddine Nabi ongumqeqeshi weKaizer Chiefs, okwenze waphuthuma kwelakubo eTunisia isigubhukane ngeledlule. Kuthiwa umkaNabi ulimale esebenza kwakhe njengoba kuthiwa kwenziwa umsebenzi wokulungiswa umuzi wabo. Kuthiwa uwe kabi...







