Ilanga News

Ezemidlalo

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

UMASIPALA wasePolokwane usumemezele ukuthi ngeke isaba khona kulo yaka imidlalo yeBetway Premiership ePeter Mokaba Stadium, ngemuva kokuba le nkundla ilimale ngesikhathi kunomcibi womculi uMakhadzi ngempelasonto. Kule nkundla bekuhlelwe ukuba kugijinywe umdlalo...

Izinhlelo zePirates ngekusasa likaMabasa

Izinhlelo zePirates ngekusasa likaMabasa

IHLELA ukunika umgadli wayo inkontileka ende i-Orlando Pirates egila izimanga kulezi zinsuku. IBucs izobhekana neMarumo Gallants koweBetway Premiership ngoLwesibili ngo-15h00 e-Orlando Stadium, eSoweto. Leli phephandaba lihoshe ngemithombo yalo ukuthi iBucs...

Uphendulwe ijazi uChipezeze weMagesi FC

Uphendulwe ijazi uChipezeze weMagesi FC

UPHENDULWE ijazi elikade lazigugela u-Elvis Chipezeze ongunozinti weMagesi FC ekorelwa amagoli amathathu yiCarling All Stars XI kuba ngu-3-0 ngoMgqibelo e-Orlando Stadium, eSoweto. Amagoli e-All Stars ashaywe nguNaledi Hlongwane ngomzuzu ka-11 noka-23. Elinye leza...

OweDowns ukhale ngamathuba abawayekile eKapa

OweDowns ukhale ngamathuba abawayekile eKapa

UBETHWELE uthayela kunomoya u-Enyinnaya Kazie weStellenbosch FC, ebuya amagemugemu emapalini abo u-Iqraam Rayners weMamelodi Sundowns eCape Town Stadium, ngomhla ka-18 kuZibandlela. | Wilkisky/BackpagePix UMQEQESHI weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ubalise...

Kuklonyeliswe abagijimi beBlack Diamond abenze kahle

Kuklonyeliswe abagijimi beBlack Diamond abenze kahle

Ngabagijimi beBlack Diamond AC bekhombisa ngezindondo abaklonyeliswe ngazo. Lapha bathathwe nomphathi wabo uMbongiseni Ndlela (oguqile).Isithombe: MZWAMANDLA ZONDI UBUZINYAZISWE nguMengameli we-IFP, uMnu Velenkosini Hlabisa, umcimbi wokuhlonipha abagijimi beBlack...

Uyakhula umjaho kaProdigal Khumalo

Uyakhula umjaho kaProdigal Khumalo

UJABULE uProdigal Khumalo ngokundlondlobala komjaho wakhe, i-Orcas Challenge 15km, obuhlanganise ne-5km ngeSonto eBeachfront, eThekwini. Izingqwele kube nguBenjamin Nyongesa kwathi uJo Keppler wanqoba kwabesifazane Lo mjaho obugubha unyaka wesibili kanti ubungenelwe...