UMusa Khawula, wodumo ezinkundleni zokuxhumana, ngoLwesibili uvele kafushane eNkantolo yesiFunda eRandburg, lapho ebhekene khona namacala okudicilela phansi isithunzi, ukwephula umthetho olawula izinkundla zokuxhumana iCyber Crimes Act 19 ka-2020, nokucwasa....
Ezikaqedisizungu
Uthotshwe inhliziyo ngesipho semoto uMjolisi
UMCULI kamaskandi uMjolisi, obeqokwe emncintiswaneni woKhozi FM wezingoma eziyishumi ebezibanga ukwehlukanisa unyaka, uthengelwe imoto yohlobo lweVW Polo yisiqumama saseBergville, okuvele ukuthi ngesakwaMiya isibongo. Ingoma kaMjolisi esihloko sithi "My Dululu", apike...
Lubuya nomethuli omusha uhlelo lwezimfihlo kwi-TV
LUBUYA nomethuli omusha uhlelo lukamabonakude lokuvundulula izimfihlo iBig Secret olukhonjiswa kwiSABC 1 okulindeleke ukuthi luqale ukukhonjiswa ngoLwesibili mhla ka-14 kwephezulu 2025. Lolu olukhuza ibuya kwisizini yesithathu selizokwethulwa nguPenny Lebyane njengoba...
ULwah ukhuza abaphawula ngesimo somzimba wakhe
UMCULI usephumele obala ngokumphatha kabi okushiwo ngabantu ngaye ezinkundleni zokuxhmana. ULwah Ndlunkulu ongumculi ongaphansi kwenkampani kaBig Zulu iNkabi Record udlulise ukuphatheka kabi kwakhe ngezinkulumo zabantu ezithi uzacile uqedwa insangu. Lo mculi ubabele...
IGcokama liqede ukuqagela ‘ngokubhixana’ nowodumo kwiParis
UGQUGQUZELWE wukulethwa kwemicimbi emikhulu emakhaya umculi kamasikandi uMthandeni "iGcokama Elisha" Manqele emcimbini wakhe obizwa ngoMthandeni Summer Experience obungempelasonto esezinkundleni zemidlalo eMkhaliphi, endaweni yaseNhlwathi, eMkhanyakude. Lo mcimbi...
UNaledi uphumele obala waxolisa kuGatsheni nangokwenzeke emcimbini
UMCULI osemncane osematheni kulezi zinsuku uNaledi Aphiwe uphumele obala waxolisa ngesenzo esenzeke emcimbini kaMthandeni SK iMthandeni Summer Experience obuseMdletsheni ngempelasonto. Le ntokazi kule mpelasonto iphume ngesamagundane esiteji ngemuva kokuphazamisa...
Inkampani eqopha Uzalo icacisa ngemiholo yabalingisi ngoDecember
INKAMPANI eqopha imidlalo kamabonakude iStained Glass Productions isiphumele obala ngokucacisa ngodaba lwemiholo yabalingisi boZalo ngoDecember. ILANGA libike ngokungenami kwabalingisi kulandela ukungayitholi imiholo yabo ngesikhathi abebethenjiswe sona ngale nyanga...