Ilanga News

Ezempilo

Okuhlanyisa abesifazane ocansini

Okuhlanyisa abesifazane ocansini

Dkt THABILE MTHEMBU UMA kuza enkonzweni yasekamelweni kwesinye isikhathi kuyaye kucabangeke sengathi kunezindawo ezizwela kakhulu kunezinye. Lokhu kugcina kuholela ekutheni kugxilwe kakhulu endaweni eyodwa okuyisitho sangasese. Nokho iqiniso lithi ziningi izindawo...

Ilukuluku locansi kuyenzeka lingefani kwabathandanayo

Ilukuluku locansi kuyenzeka lingefani kwabathandanayo

DKT THABILE MTHEMBU Ingabe wena nowakwakho ningomaqondana ngisho sekuya ezidingweni zocansi? Siyazi ukuthi bakhona abangazizwa ngendlela efanayo masekuza kwezocansi ezithandanini. Lokhu kubizwa ngokuthi i-sexual desire mismatch. Kafuphi nje singakuchaza ngokuthi...

Udokotela ugqugquzela ukusondelana nabathandiweyo

Udokotela ugqugquzela ukusondelana nabathandiweyo

THANDI ZONDI UDOKOTELA wezengqondo ugcizelela ukubaluleka kokuxhumana nokusondelana nabathandiweyo ukubabuza ngesimo sabo sempilo, lokhu kungenziwa kuphela ngoba nakhu umuntu esegula.Lapha uDkt Manqoba Myeni ubekhuthaza lokhu njengoba ngoLwesibili (mhla ka-10...

Okufanele ukwazi ngezifo ezithelelana ngocansi

Okufanele ukwazi ngezifo ezithelelana ngocansi

Sikhuphula isitofu: noDkt Thabile Mthembu NAMHLANJE ngifisa ukuba sikhumbuzane ngezifo ezithelelana ngocansi. Sizoqala ngokukhumbuzana ukuthi ziyini izifo ezithelelana ngokocansi, kakusiyona nje i-drop yodwa.Izifo ezithelelana ngokocansi zingaba i-discharge abaningi...

Iyingozi iBP uma ingelashwa

Iyingozi iBP uma ingelashwa

DKT Gugu Magubane KUNEZIFO ezithatheka kalula kodwa ezinobungozi uma zingelashwa noma zingaqashwa. Namuhla sizobheka i-high blood pressure eyaziwa ngele-BP, okuyisifo esibulala buthule. Wonke umuntu unegazi elihamba emithanjeni yomzimba, leli gazi lithelela wonke...