UNKZ Skhulile Msomi nomkhwenyana wakhe uMnu Feli I'diongo, waseKenya, abahlangane naye kuTik-Tok. ISITHOMBE: NGU-JOHN HLONGWA LA kukhona uthando nendlela ikhona! Lesi sisho sifakazelwa wokwenzeke ezithandanini ezitholane kuTik-Tok – owesilisa waseKenya, nowesifazane...
Ezokungcebeleka
Inkampani eqopha Uzalo icacisa ngemiholo yabalingisi ngoDecember
INKAMPANI eqopha imidlalo kamabonakude iStained Glass Productions isiphumele obala ngokucacisa ngodaba lwemiholo yabalingisi boZalo ngoDecember. ILANGA libike ngokungenami kwabalingisi kulandela ukungayitholi imiholo yabo ngesikhathi abebethenjiswe sona ngale nyanga...
Ingebhe ngombhedukazane womkhuhlane osuqubuke eChina
INGEBHE ngombhedukazwe womkhuhlane oyindida osuqubuke eChina, obizwa ngeHuman Metapnemovirus (HMPV). Okudala kakhulu ukukhathazeka wukuthi lo mkhuhlane unezimpawu ezifanayo nezeCovid-19. Imibiko ithi i-HMPV ibhebhethekisa okomlilo wequbula, osekwenze izibhedlela...
UMawhoo uncome waphinde wabonga uMthandeni ngeGucci
UMZWILILI wakuleli uMawhoo uhalalisele waphinde wafisela uMthandeni SK okuhle kodwa ngomcimbi iMthandeni Summer Picnic obuseMdletsheni eMtuba abewenze ngempelasonto. UMawhoo obengelinye lamaciko anandise kulo mcimbi obe yimpumelelo ubabele enkundleni yakhe yokuxhumana...
Kubatshazwa umehluko eThekwini selokhu kuphathe iGNU
AKAWUVALI umlomo ngomehluko awubona eThekwini selokhu kungene uhulumeni wobumbano uSolwazi Adam Habib, oyiphini likashansela eSchool of Oriental and African Studies, eNyuvesi yaseLondon, eMelika. UHabib, oke waba ngushansela eWits University, ubeseholidini eNingizimu...
Uzabalazile emculweni ohlukanise unyaka kwiGagasi FM
UZABALAZILE ezama izinhlobo ezahlukene zomculo uBlaq Major wodumo lwengoma iS'dakiwe Sbali ehlukanise unyaka emsakazweni ozimele KwaZulu Natal iGagasi FM. UBlaq Major ogama lakhe langempela uThami Mpanza uswele amazwi ngesikhathi lo msakazi umenzele umcimbi...
Usakhala ngezingane ezikhuleliswa ngabantu abadala ungqongqoshe wezempilo
UNGQONGQOSHE wezeMpilo KwaZulu-Natal, uNkz Nomagugu Simelane, uhalalisele abesifazane abathole izingane kuqala unyaka njengoba ngo-9 ekuseni bese zingu-55. Kuzona ngamantombazane angu-33 nezingane zabafana ezingu-22. Ukhale kakhulu ngesibalo esiphezulu samantombazane...