THANDOLUHE NGUBO SIKHULU isililo ngokudlula emhlabeni kowayengunobhala-jikelele weNFP, obeseyihloko yezokuxhumana eqenjini uMkhonto Wesizwe Party (MKP), uMnu Canaan Mdletshe. UMdletshe udlule emhlabeni ngemuva kubandakanyeka engozini yemoto, izolo ebusuku. Imibiko...
Izindaba
Amaqembu aphikisayo ayavungama ngokuqashwa kwamaphoyisa eTheku
THANDI ZONDI I SINYAKAZISE amaqembu aphikisayo KwaZulu-Natal indaba yamaphoyisa awu-500 asanda kuqashwa wuMasipala weTheku, njengoba efuna kwenekwe obala indlela esetshenzisiwe ngesikhathi eqashwa. Lo mnyakazo ulandela imvunge equbukile emuva kokusabalala...
“Sinye isicukuthwane esibalulekile emshadweni wami”
NONHLAKANIPHO SHINGA KULINDELEKE osaziwayo okubalwa kubo abalingisi bemidlalo kamabonakude, osopolitiki nosomabhizinisi emshadweni womlingisi woMkhokha, uKini Shandu ozobe egcagcelwa nguNkz Angie Khanyile ngeSonto emzini wakhe oseDokodweni, eGingindlovu. Ekhuluma...
Uhulumeni ugqugquzela ukuba abantu bahlolele iHIV, bese bedla imishanguzo
BHEKI NDLOVANA KUGQUGQUZELWA ukuba abantu basazi isimo sempilo yabo ngokuba bahlolele isandulela ngculaza, bese kuthi labo asebesulelekile badle imishwanguzo futhi bangayiyeki. UMnu Paul Mashatile oyiSekela likaMengameli wezwe ugqugquzele abantu baseNingizumu Afrika...
Kushone umzukulu omdala kaDkt John Langalibalele Dube
BHEKI NDLOVANA USHAQEKILE umndeni kaMafukuzela, uDkt John Langalibalele Dube owayengumsunguli nomengameli wokuqala we-ANC, ngokudlula emhlabeni kukaMnu Zenzele Mfundo Dube (72), ongumzukulu omdala kaMafukuzela.Kubikwa ukuthi uMnu Dube ushonele esibhedlela iCity...
Isalukazi esazi uMqaliwendlela ngamehlo
MENZI JELE Endaweni yaseMfekayi, eMtubatuba, ogwini olusenyakatho yaKwaZulu-Natal, kunesimanga sesalukazi. Le ntombi endala, ayizazi iminyaka yayo, kodwa yevile ku-100, uma ulandela izigameko nezehlakalo ezibonile empilweni, uqhathanise neminyaka ezenzeka ngayo. Cishe...
“Osopolitiki nezisebenzi zikahulumeni kakumele zihlonishwe ngeziqu”
THANDOLUHLE NGUBO UPHAKAMISE ukuba kuhoxiswe iziqu zokuhlonishwa kulaba abalahlwa amacala, abaziphethe ngendlela engemukelelile emiphakathini kanye nalabo "abanolimu olunenhlabathi" kwezombusazwe umkhandlu i-Council on Higher Education (CHE), obekelele ukusebenza...