Ilanga News

Izindaba

UMalema uthi amahlubuka ngeke ayiwise i-EFF

UMalema uthi amahlubuka ngeke ayiwise i-EFF

UMHOLI we-EFF, uMnu Julius Malema, uthi ukuhamba kwabaholi abaqavile kuleli qembu akulilimazanga njengoba ethi seliqine kakhulu kunakuqala. I-EFF ithwale kanzima nyakenye njengoba yehlelwe ukwesekwa okhethweni lukazwelonke obelungoNhlaba (May) njengoba iqembu elisha,...

Usagcinwe esitokisini uMusa Khawula

Usagcinwe esitokisini uMusa Khawula

UMusa Khawula, wodumo ezinkundleni zokuxhumana, ngoLwesibili uvele kafushane eNkantolo yesiFunda eRandburg, lapho ebhekene khona namacala okudicilela phansi isithunzi, ukwephula umthetho olawula izinkundla zokuxhumana iCyber Crimes Act 19 ka-2020, nokucwasa....

Kunabathile abadukisa iNgonyama – amakhosi

Kunabathile abadukisa iNgonyama – amakhosi

IYASHUBA indaba yeNgonyama Trust njengoba amakhosi esethathe isinqumo sokusukuma, afune izimpendulo ngomsindo othinta le nhlangano eyengamele umhlaba waKwaZulu ongaphansi kwamakhosi. NgoLwesine olwedlule eThekwini bekuhlangene amakhosi angosihlalo bezifunda...

Kunxuxwa abaphase u-matric ukufundela imikhakha ezobaphilisa

Kunxuxwa abaphase u-matric ukufundela imikhakha ezobaphilisa

NGUNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli. UFISA lifinyelele kumamaphesenti angaphezu kuka-90 izinga lokuphasa kwabafundi bakamatikuletsheni uMnu Thami Ntuli, onguNdunakulu waKwaZulu-Natal. UNtuli uveze lokhu ngesikhathi ebongela abafundi abenze kahle...

Kubongwa iqhaza lamakhosi ngemiphumela yabafundi baseMkhanyakude

Kubongwa iqhaza lamakhosi ngemiphumela yabafundi baseMkhanyakude

YiNkosi uSifiso Gumede enguSihlalo wamaKhosi aseMkhanyakude. KUBONGWE iqhaza lobuholi bendabuko ngokuba nesandla empumelelweni yabafundi bakamatikuletsheni, ngaphansi kwesiFunda uMkhanyakude, esiziqwaqwade emakhanda zonke KwaZulu-Natal. UMkhanyakude ulale isithathu...