Ilanga News

Izindaba

Owe-IFP uncome othisha nesigungu sabazali ngemiphumela emihle

Owe-IFP uncome othisha nesigungu sabazali ngemiphumela emihle

USIHLALO we-IFP Youth Brigade kuzwelonke, uMnu Sanele Zondo, nophinde abe yilungu le-HigherEducation Portfolio Committee, ePhalamende, uhambele izikole ezimbili ngoLwesithathu njengoba bekuvulwa izikole. Uhambele eSiphosabadletshe naseCwakeme High School. ...

UMalema uthi amahlubuka ngeke ayiwise i-EFF

UMalema uthi amahlubuka ngeke ayiwise i-EFF

UMHOLI we-EFF, uMnu Julius Malema, uthi ukuhamba kwabaholi abaqavile kuleli qembu akulilimazanga njengoba ethi seliqine kakhulu kunakuqala. I-EFF ithwale kanzima nyakenye njengoba yehlelwe ukwesekwa okhethweni lukazwelonke obelungoNhlaba (May) njengoba iqembu elisha,...

Usagcinwe esitokisini uMusa Khawula

Usagcinwe esitokisini uMusa Khawula

UMusa Khawula, wodumo ezinkundleni zokuxhumana, ngoLwesibili uvele kafushane eNkantolo yesiFunda eRandburg, lapho ebhekene khona namacala okudicilela phansi isithunzi, ukwephula umthetho olawula izinkundla zokuxhumana iCyber Crimes Act 19 ka-2020, nokucwasa....

Kunabathile abadukisa iNgonyama – amakhosi

Kunabathile abadukisa iNgonyama – amakhosi

IYASHUBA indaba yeNgonyama Trust njengoba amakhosi esethathe isinqumo sokusukuma, afune izimpendulo ngomsindo othinta le nhlangano eyengamele umhlaba waKwaZulu ongaphansi kwamakhosi. NgoLwesine olwedlule eThekwini bekuhlangene amakhosi angosihlalo bezifunda...

Kunxuswa abaphase u-matric ukufundela imikhakha ezobaphilisa

Kunxuswa abaphase u-matric ukufundela imikhakha ezobaphilisa

NGUNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli. UFISA lifinyelele kumamaphesenti angaphezu kuka-90 izinga lokuphasa kwabafundi bakamatikuletsheni uMnu Thami Ntuli, onguNdunakulu waKwaZulu-Natal. UNtuli uveze lokhu ngesikhathi ebongela abafundi abenze kahle...