Isililo “kugoduka” umsunguli weMishini yaKwaSizabantu

605

PHUMLANI GAMA

ISHAQISE abaningi imibiko yokwedlula emhlabeni komsunguli weMishini yaKwaSizabantu, eKraanskop. UMfu Erlo Stegen (88), ubizelwe eNkosini namuhla ekuseni esemishini. Omunye wabefundisi baKwaSizabantu, ocele ukuba kugodlwe igama lakhe, utshele leli phephandaba ukuthi sikhulu isililo ngokudlula emhlabeni kwale nceku ebingusomabhizinisi.

UStegen ungumsunguli wemishini okutholakala kuyo izinto eziningi okubalwa amapulazi omoba, isiteshi somsakazo iKhwezi, yiDomino Bording School, yisikhungo esisiza asebenenkinga yokucwila ezidakamizweni, yikolishi lothisha nefemu ekhiqiza amanzi (Aquelle), amasi ne-yoghurt

Previous articleKusho ukuthi thina siyofunda ukushaya itoyitoyi emanyuvesi?
Next articleUCele uxwayise abahlasela amaphoyisa