Isiqalile inkonzo yesikhumbuzo sowoSuthu

268

ISIQALILE eMoses Mabhida Stadium, eThekwini inkonzo yesikhumbuzo sikaBonginkosi “Mdeva” Ntuli obengumgadli wamaZulu FC. UNtuli udlule emhlabeni ngeSonto. Kubikwa ukuthi lo mdlali owazakhela igama kwiLamontville Golden Arrows, ngaphambi kokuya kwiMamelodi Sundowns, iPlatinum Stars noSuthu – uthathwe wumdlavuza.

Previous articleUkukhathazeka ngokudloba kobugebengu obusha eNingizimu Afrika
Next articleInkosikazi kaNtuli iveze abekulangazelele ngaphambi kokuhamba emhlabeni