Kuzobhekana omkhaya baseKZN kwi-quarter final yeCarling

371

AMAZULU FC aqhathwe neGolden Arrows kwi-quarter final yeCarling Knockout kwathi iRichards Bay FC yatomula ukubhekana ne-Orlando Pirates. Yomibili le midlalo izokuba seThekwini ngezinsuku ezisazomenyezelwa. 

Esewonke amakilabhu aqhathwe kanje kuma-quarter final eCarling Knockout, ikilabhu esekuqaleni izodlalela ekhaya:

Polokwane City vs Stellenbosch FC

Sekhukhune United vs TS Galaxy

Richards Bay FC vs Orlando Pirates

AmaZulu FC vs Golden Arrows 

Previous articleTHOLA ILANGA KUSASA (23 October 2023)
Next articleUsole amadimoni noSathane ngokubulala umqashi nozakwabo