Kwethule uhlaka oluhlangisa umkhakha wezamafilimu nezokuvakasha

196

LUCKY CAIN

LWETHULWE okokuqala ngokusemthethwethi namhlanje ngoLwesine uhlaka olusha oluhlanganisa iTourism KwaZulu-Natal neKZN Film Commission, oluzobizwa ngeKZN Tourism And Film Authority. Lolu hlaka lushicilelwe ngokusemthethweni emasontweni amabili adlule. Bese kunesikhatha kwamenyezelwa ukuthi iTourism KwaZulu-Natal neKZN Film Commission zizohlanganiswa.

I-KZN Tourism And Film Authority yethulwe ngokumenyezelwa kwabaqokwe emcimbini wezindondo, iSimon Mabhunu Sabela Awards obuseCoastlands Sky, eMhlanga, eThekwini, ozokuba mhla ka-20 kuNtulikazi (July). Kulo nyaka kuvele ukuthi sinyukile isibalo sabangenelile kanti-ke, kwandiswe nangeminxa emibili. Nalu uhlu lwabanye abaqokiwe emcimbi walo nyaka :-

BEST ACTOR TV
Thembinkosi Mthembu (Shaka iLembe)
Wiseman Mncube (Shaka iLembe)
Wiseman Mncube (Uzalo)

BEST ACTRESS TV
Deli Malinga (osesithombeni) (Umkhokha the Curse)
Nirvana Nokwe-Mseleku (Outlaws)
Nomzamo Mbatha (Shaka iLembe)

BEST SUPPORTING ACTOR TV
Ernest Ndlovu (uZulu no Mhlaba)
Khayelihle Dladla (House of Zwide)
Melusi Yeni (Sibongile and The Dlamini’s)

BEST SUPPORTING ACTRESS TV
Dawn Thandeka King (Shaka iLembe)
Hope Mbhele (Shaka iLembe)
Slindile Nodangala (Outlaws)

BEST ACTOR FILM
Kwenzo Ngcobo (Freedom Street)
Masoja Msiza (Dear Future Wife)
Mpho Sebeng (Ingoma)
Siyabonga Shibe (Blind Eye)

BEST ACTRESS FILM
Jo-Anne Reyneke (A Queen’s Lobola)
Leleti Khumalo (Dear Future Wife)
Phumzile Puting (Why It Came)

BEST SUPPORTING ACTOR FILM
Mbongeni Ngema (A Queen’s Lobola)
Nkosinathi Keswa (Inkabi)
Muzi Mthabela (Inkabi)

BEST SUPPORTING ACTRESS FILM
Tumelo Nkwanca (London Recruits)
Nqobile Dhlomo (Amathambo)
Thembi Mtshali-Jones (Blind Eye)

Previous articleAbaxoxa ne-IFP bayavumelana negama likaNtuli kwesikandunankulu waKwaZulu-Natal
Next articleLihlehlile “elowakha” itulolokubulawa komyeni owayeyiphoyisa likamasipala