Lihlehlile “elowakha” itulolokubulawa komyeni owayeyiphoyisa likamasipala

172

JOHN HLONGWA

LIHLEHLELE umhla ka-25 kuNtulikazi (July) icala likaNkk Faith Ntombela (osesithombeni), obhekene necala lokwakha itulo lokubulala umyeni wakhe, uCapt Thomas Ntombela owayeyipholisa likaMasipala weTheku.

Kuleli cala uNkk Ntombela uboshwe noKhulekani Cele – ovele udonsa isigwebo selinye icala – noMnu Sithembiso Khumalo onguthishanhloko wesinye sezikole zaKwaMaphumulo.

Previous articleKwethule uhlaka oluhlangisa umkhakha wezamafilimu nezokuvakasha
Next articleUzishaye isifuba uKaunda eshiya eThekwini