Owezemfundo eKZN uhlole izincwadi ezizosatshalaliswa ezikoleni

456

UNGQONGQOSHE wezeMfundo KwaZulu-Natal, uNkk Mbali Frazer (ophakathi), uhlole izincwadi ezigaywa eNdabase Printing Solutions eThekwini, ezizosatshalaliswa ezikoleni ngonyaka ozayo. Kulolu hambo ubehambisana nenhloko yomnyango wakhe, uMnu Nathi Ngcobo (okwesokunxele).

Previous articleOmama Mabazivikele Izingane Bafike Nazo Emshadweni
Next articleUmqeqeshi weBucs uxwayisa ezakhe ngengozi