Ziyaqina ezokubambisana kwi-IFP ne-ANC

895

USIHLALO we-IFP KwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli (omile) ebonakala encokola nabaholi be-ANC kulesi sifundazwe uMnu Bheki Mtolo (okwesokunxele), uMnu Sboniso Duma noNkz Nomagugu Simelane esikhungweni sokubala amavoti e-ICC, eThekwini. Izimpukane eziluhlaza zithi hleze la maqembu asebenzisane – kuhlanganisa namanye – ukwakha uhulumeni wakulesi sifundazwe.

Udaba oluphelele kwiLANGA kusasa. 

Previous articleSekuphele izinsuku okamaskandi elaliswe esibhedlela ngenxa yokugula
Next article03 June 2024