Bayanyaniswa nobugebengu abalisa (5) ababulawe eNanda
BAYANYANISWA nezigameko zobugebengu nokuhlukunyezwa komphakathi abesilisa abayisihlanu okunezinsolo zokuthi babulawe ngamalungu omphakathi, usukhathele wukubekezelela ukuziphatha kwabo budlabha. Izidumbu zabafi zitholakale zinamanxeba okushaywa nokugencwa enkundleni...