Siboniso Mtshali ISEMATHENI kulezi zinsuku eyama-cryptocurrencies njengoba ekhombisa ukusimama ngemuva kokukhethwa kukaMengameli omusha waseMelika uMnu Donald Trump, ozogcotshwa ngokusemthethweni ngoMsombuluko womhlaka 20 kule nyanga. Okujabulisayo wukuthi...
Ezamabhizinisi/Ezomnotho
Seluliwe isikhathi sokubhaliswa kwezitolo zasemakhaya nasemalokishini
SIZWAKELE isikhalo sabanikazi bezitolo ezincane (spaza shops) ezisemakhaya nasemalokishini, sokunikezwa ithuba elithe xaxa lokubhalisa izitolo zabo njengokomyalelo kahulumeni.Nakuba umnqamulajuqu wokuba kubhaliswe lezi zitolo nezinye izindawo ezihweba noma ezigcina...
Usomabhizinisi noKhisimusi womama KwaMashu
LUCKY CAIN USHESHE wafika uKhisimusi komama basesigcemeni sakwa-E KwaMashu ngesikhathi usomabhizinisi ebajabulisa ngegilosa nezibiliboco zokudla. UNks Thandi Dlamini onebhizinisi lezithelo nezitshalo iThandi's Fresh Produce ujabulise umama abangomakhelwane bangakubo...
KUBUNGAZWE IMINYAKA EWU-162 YEBHANGE I-STANDARD BANK
PHUMLANI GAMA SIZWAKALISE ukuba nethemba ngokusimama komnotho wakuleli isikhulu esiphezulu ebhange elidala kuleli iStandard Bank. UMnu Goolam Ballim ongusomnotho kuleli bhange ube ethula inkulumo emcimbini wokubonga ukuphela konyaka nokubungaza iqhaza labezindaba...