Ilanga News

Ezempilo

Qhela kubantu uma unophenyane

Qhela kubantu uma unophenyane

UPHENYANE (pink eye), yisifo esiwubuhlungu obuzwa emehlweni. Kuyansonsotha, kubesengathi uthelwe ngenhlabathi emehlweni. Uma amehlo esensonsotha, kuba sengathi ungawacikica.  Amehlo, aphenduka abe bomvu, akhiqize izimbici, futhi akhathale. Uphenyane, ludalwa...

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

LUHLOSE ukuhlomulisa abalimi abasakhula nokukhuthaza abantu ukuthi badle ukudla okunomsoco usuku lwemakethe olubizwa ngeSoil To Soul Farmers Market Day oluzoba ngomhla ka-30 kwephezulu ePort Natal Maritime Museum Parking eThekwini. Lolu suku kuzobe kubuthene abalimi...

UNgqongqoshe wezeMpilo ugqugquzele ubuqotho kudodana lwaseWeseli

UNgqongqoshe wezeMpilo ugqugquzele ubuqotho kudodana lwaseWeseli

UGQUGQUZELE ukuziphatha ngobuqotho nokuzihlonipha kwamadoda uNgqongqoshe wezeMpilo eKZN, uNkk Nomagugu Mngadi ngesikhathi esemcimbini webandla lamaWeseli, iYoung Men's Guild Thanksgiving Service obungoMgqibelo, eSikhawini ngaphansi kwesifunda iKing Cetshwayo....

Abesifazane bazohlonyiswa ngolwazi kwi-Menopause Summit

Abesifazane bazohlonyiswa ngolwazi kwi-Menopause Summit

NGUDKT Sibu Lubelwana ohlela umcimbi iMenopause Summit, ozokuba ngoMgqibelo ngomhla ka-18 kuMfumfu, eLa Collezione, eMhlanga. Lo mcimbi uzosiza ngolwazi abesifazane abangena esigabeni se-menopause. IKHUZA ibuya ingqungquthela ebizwa ngeThe Menopause Summit, egxile...