Ilanga News

Ezisematheni

Indida uLosi ekhethwa njengonobhala-jikelele weCosatu

Indida uLosi ekhethwa njengonobhala-jikelele weCosatu

NGUMNU Mike Shingange onguMengameli omusha weCosatu. KUQUBUKE ukudideka kwabaningi ngesikhathi uZingiswa Losi, obengumengameli weCosatu, esekhethwa ebangunobhala-jikelele, walo mfelandawonye wezinyunyana. Engqungqutheleni yeCosatu yezinsuku ezintathu ephothulwe...

Ugwetshiwe owabulala uTupac eminyakeni ewu-30 edlule

Ugwetshiwe owabulala uTupac eminyakeni ewu-30 edlule

ISIZULU sithi icala kaliboli. Kuye ngamagama enkehli kugwetshwa iminyama ewu-40 uDuane "Keffe D" Davis ngecala lokubulala enye yezingqalabutho zomculo weRap, uTupac Shakur. UTupac wadutshulwa wabulawa ngo-1996, esigamekweni lapho kuvele khona ukuthi uDavis,...

Uyalelwe ukuthi aphumule uZuma ekhishwa esibhedlela

Uyalelwe ukuthi aphumule uZuma ekhishwa esibhedlela

NGEMUVA kwesonto lonke, elaliswe esibhdlela iSt Anne's, ePietermaritzburg, uMengameli weMK Party, nowakewaba nguMengameli wezwe, uMnu Jacob Zuma, ugcine ekhishiwe esibhedlela. Ukhishwe ngoLwesibili, ekuseni, kanti kuthiwe akayophumula emzini wakhe KwaDakwadunuse,...

Umisiwe umfundisi osolwa ngokudlwengula umfana ona-16

Umisiwe umfundisi osolwa ngokudlwengula umfana ona-16

UMISIWE emisebenzini yebandla omunye wabefundisi abanesikhundla esiphezulu eMethodist Church of Southern Africa, eyaziwa ngamaWeseli, ngemuva kokuboshwa, esolwa ngokudlwengulela endlini yesonto umfana (16) ahlangane naye enkundleni yabathungatha uthando (dating app)....

Kumele ifakelwe izibuko eyokubhacisa abakwamanye amazwe

Kumele ifakelwe izibuko eyokubhacisa abakwamanye amazwe

UHULUMENI uzithela ngabandayo ngendlela obhekana ngayo nodaba lwabantu bokufika abangenawo amaphepha, ikakhulukazi labo abathi beze eNingizimu Afrika “ukuzobhaca”. Ngemuva kwesinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngeledlule, esithi uMnyango wezaseKhaya kumele wamukele...

Ezemidlalo

Kugqugquzelwe intsha isike iphethini kowe-Arrows

Kugqugquzelwe intsha isike iphethini kowe-Arrows

Amakhansela aseMadlangeni noNgqongqoshe wezemidlalo,ubuciko namasiko eKZN uMnuz Mtomuhle Khawula bebukela imidlalo ebiqhubeka ezinkundleni zasikole sase-Utretcht. : ISITHOMBE SITHUNYELWE IMeya kaMasipala waseMadlangeni e-Utretcht, uMnuz Mzwakhe Buthelezi, igqugquzele...

read more

IBafana seyikuTop 50 emhlabeni

IBafana seyikuTop 50 emhlabeni

UMQEQESHI omusha weBafana Bafana uPitso "Jingles" Mosimane uvule ngenothi elihle esigqikini sokucija leli qembu lesizwe likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika elihola lingena kwi-top 50 ohlwini lweFifa lwamazwe ahamba phambili emhlabeni. IBafana yagcina ukuba kwi-top...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

Elezepolitiki leseka uZungu kwesokuhola iSAFA

Elezepolitiki leseka uZungu kwesokuhola iSAFA

IQEMBU lezepolitiki i-ActionSA seliphumele obala ngokweseka uMnu Sandile Zungu emjahweni wokuba uMengameli wenhlangango yebhola likanobhutshuzwayo kuleli iSouth African Football Association (SAFA) njengoba ngoMgqibelo kulindeleke ukuthi le nhlangano ikhethe ubuholi...

UZungu ukhala ngemizamo yokumkhinyabeza kweseSAFA

UZungu ukhala ngemizamo yokumkhinyabeza kweseSAFA

OGAQELE esokuba nguMengameli weSouth African Football (SAFA), uSandile Zungu oyisikhulu samaZulu ubonga izifunda nabezemidlalo abamesekile emkhankasweni wakhe njengoba ethe balale phansi bangakhombisa ukuthi bahamba naye ngenxa yokusatshiswa njengoba umkhankaso usuze...

Useqalile emsebenzini uPitso Mosimane

Useqalile emsebenzini uPitso Mosimane

USEQALILE emsebenzini wakhe omusha uPitso "Jingles" Mosimane omenyezelwe ngoLwesibili njengenhloko yabaqeqeshi kwiBafana Bafana. ILANGA lithole ukuthi iSafa seyihlelele iBafana Bafana umdlalo wobungani wokuzifudumezela imidlalo yokuhlunga ye-Africa Cup of Nations...

Ezokungcebeleka

Aphume ngobuningi amadoda eyohlolelwa umdlavuza

Aphume ngobuningi amadoda eyohlolelwa umdlavuza

BAGQUGQUZELEKE basukuma abesilisa ngesikhathi benxenxwa ukuthi bahlolelwe umdlavuza wendlala yesinye mahhala, eMlazi Comtech esigcemeni sakwaS eMlazi ngoMgqibelo. UMnu Dumisani Pakkies weTEMPUDU Foundations ubonge abantu baseMlazi ngokulalela bese beyahlolwa. Uthi...

Uzigqaja ngenhlanzeko nokudla okumtoti oweMphemba’s eBulwer

Uzigqaja ngenhlanzeko nokudla okumtoti oweMphemba’s eBulwer

UNETHEMBA lokuvuleka kweminye iminyango ngokwethulwa komzila iMidlands2Berg owethulwe ngokusemthethweni ngoLwesihlanu eMandela Capture Site eHowick, uNkz Sibongumusa Madlala oyisikhulu sendawo iMphemba's Lounge and Restaurant ezinze eNkumba eBulwer. UNkz Madlala...

Kunxuswa abazali ukuba baqaphe izimpawu zeRotavirus ezinganeni

Kunxuswa abazali ukuba baqaphe izimpawu zeRotavirus ezinganeni

KUNXUSWA abazali ukuba baqaphe izimpawu ze-rotavirus njengoba kunemibiko yokukhula kwesibalo sezingane ezihaqwe yilokhu kugula. INational Institute for Communicable Diseases (NICD) ithi lokhu kugula kungadala ukukhishwa yisisu, esingabukeka njengesejwayekile kepha...

Ushadelwe umndeni ungazi umculi wowokholo

Ushadelwe umndeni ungazi umculi wowokholo

USHAQISE amalungu omndeni umembeso nomashado womculi we-gospel, u-Ayanda Ntanzi. Kubikwa ukuthi lo mcimbi wenziwe isinyenyela, umndeni ungazisiwe ngawo. Kuthiwa u-Ayanda wembese uNkz Gcina Zungu, eMtubatuba ngoMgqibelo, qede bashada. Ngokuthola kweLANGA, uNtanzi...

Kugqugquzelwe intsha ukuhlonipha nokuqhakambisa amasiko

Kugqugquzelwe intsha ukuhlonipha nokuqhakambisa amasiko

UMSAKAZO iSakha Isizwe FM isingathe ngempumelelo umcimbi iSakha Isizwe Traditional Awards, obubanjelwe eStable Theatre ngoMgqibelo. Lo mcimbi ubuhlose ukukhuthaza, ukuvikela nokugubha namasiko ikakhulukazi entsheni. Umisebenzi uqale eMazisi Kunene Museum, lapho...

Injabulo iGagasi FM lihlabana ngezindondo

Injabulo iGagasi FM lihlabana ngezindondo

INJABULO umsakazo ozimele ozinze KwaZulu Natal iGagasi FM uqopha umlando ngokuhlabana ngezindondo ezinhlanu emcimbini wokuklomelisa weBest Of Durban Readers Choice Awards 2026. Lo msakazo okhombisa ukuba intandodakazi yabalaleli baKwaZulu Natal uqophe lo mlando...

Izindaba ezengeziwe

ITheku nemizamo yokuqeda inkinga yamanzi

ITheku nemizamo yokuqeda inkinga yamanzi

UMASIPALA weTheku uthi usuluqalile uhlelo lokuqasha izisebenzi ezizobhekelela ukulungiswa kwamapayipi amanzi nengqalasizinda yendle ezindaweni eziwakhele. Lokhu kuvezwe yiMeya yomkhandlu, uMnu Cyril Xaba (osesithombeni), esigcawini sabezindaba ngeSonto, lapho ebethula...

read more
Indida uLosi ekhethwa njengonobhala-jikelele weCosatu

Indida uLosi ekhethwa njengonobhala-jikelele weCosatu

NGUMNU Mike Shingange onguMengameli omusha weCosatu. KUQUBUKE ukudideka kwabaningi ngesikhathi uZingiswa Losi, obengumengameli weCosatu, esekhethwa ebangunobhala-jikelele, walo mfelandawonye wezinyunyana. Engqungqutheleni yeCosatu yezinsuku ezintathu ephothulwe...

Umisiwe umfundisi osolwa ngokudlwengula umfana ona-16

Umisiwe umfundisi osolwa ngokudlwengula umfana ona-16

UMISIWE emisebenzini yebandla omunye wabefundisi abanesikhundla esiphezulu eMethodist Church of Southern Africa, eyaziwa ngamaWeseli, ngemuva kokuboshwa, esolwa ngokudlwengulela endlini yesonto umfana (16) ahlangane naye enkundleni yabathungatha uthando (dating app)....

Kwexwayiswa abafundi bakamatikuletsheni ngokukopela

Kwexwayiswa abafundi bakamatikuletsheni ngokukopela

UVUSELELE isixwayiso sokukopela kubafundi bakamatikuletsheni uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal. NgoLwesihlanu eVukuzakhe High School eMlazi, eThekwini, bekuhlangene abazali, othishanhloko bezikole, izinyunyana zothisha nababhekelele ukubhalwa kwezivivinyo kwezemfundo...

Senyuke kakhulu isibalo sabazobhala izivivinyo zika-matric

Senyuke kakhulu isibalo sabazobhala izivivinyo zika-matric

SIPHEZULU kakhulu emlandweni wakuleli zwe isibalo sabafundi ababhalisele ukubhala izivivinyo zikamatikuletsheni kulo nyaka. Lokhu kuvezwe nguNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo uNkz Siviwe Gwarube (osesithombeni) ngeSonto ethula umbiko ngezinhlelo zikazwelonke...

ABENGATHITWA AMABHIZINISI ABAKULELI KWIMASHI ETHEKWINI

ABENGATHITWA AMABHIZINISI ABAKULELI KWIMASHI ETHEKWINI

Thokozani Ndlovu noThandoluhle Ngubo AYANDA amalungu omphakathi amasha eThekwini ngenhloso yokuxosha abokufika abakuleli njengoba sebehlukene bemaqembu maningi. Yize amaphoyisa andisiwe ukuze alawule isimo kodwa ayahluleka ukufinyelela zonke izindawo.  Lokhu...

Click to Subscribe