Ilanga News

Ezezimoto

Ungabudeleli ubuncane beSuzuki Jimny

Ungabudeleli ubuncane beSuzuki Jimny

UNGABUDELELI ubuncane beJimny ngoba yakhelwe impilo yasedolobheni nangaphandle kwedolobha, kanti inawo namandla injalo nje. Ngingumama ozisebenzayo - obhekelele nabantwana abafunda isikole, aphinde abematasa nezinto ezahlukene ezidinga ngibe nezinyawo ezisheshayo -...

Iyisixazululo kwabanemindeni emikhulu iHyundai Alcazar

Iyisixazululo kwabanemindeni emikhulu iHyundai Alcazar

Ishaye Izule noZandile Tembe NAKUBA kuyimoto engeke ikudonse ngenxa yokwakheka nokubukeka kwayo, kuningi okuthola kuyo ngenani elingakhalisi uma ubheka ukubiza kwezimoto esikhathini samanje. Ngikuthokozele kakhulu ukuphepha kwayo nendlela eyanela ngayo umndeni...

Kuzoguga ithayi koweRed Bull Shay’ iMoto

Kuzoguga ithayi koweRed Bull Shay’ iMoto

KUZOGUGA ithayi emncintiswaneni womdlalo wezimoto - obizwa ngeRed Bull Shay'iMoto - ozobe uqala ukwenzelwa eSuncoast Casino, eThekwini, mhla ka-10 ku-August. Kubhekwe ukuthi lo mcimbi uhehe izinkumbi zabantu abazifela ngokubuka abashayeli bezimoto begila izimanga...

Iwufanele umndeni iToyota Corolla Cross Hybrid Xi

Iwufanele umndeni iToyota Corolla Cross Hybrid Xi

ISHAYE IZULE noZANDILE TEMBE SINETHULELA ingosi ekhethekile lapho sibheka izimoto nokusebenza kwazo ngokwesidingo somshayeli. Iqiniso lithi imoto ayiseyona into obanayo ngoba zikuhambela kahle ephaketheni, kodwa inesidingo ezintweni esizenza nsukuzonke. Isinqumo...

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

KUBIKWA ukuthi iB-BBEE (Broad-Based Black Economic Empowernment) isiwukhinyabeze kakhulu umnotho waseNingizimu Afrika kusukela yethulwa. Ngonyaka kubikwa ukuthi leli lizwe lilahlekelwa yisamba esingafinyelela ku-R290 billion ngenxa yeB-BBEE, okuyisamba esilingaba...

Ingwadla kubashayeli bezimoto kunyuka uphethiloli nodizili

Ingwadla kubashayeli bezimoto kunyuka uphethiloli nodizili

NGEKE iqale kahle inyanga yothando kubashayeli bezimoto njengoba kulindeleke kunyuke uphethiloli nodizili. Ngokubika kwe-eNCA imibiko yakamuva yeCentral Energy Fund inani likadizili linganyuka lifinyelele ngaphezulu kweshumi ilitha elilodwa kanti uphethiloli wona...