Ilanga News

Ezemali

Injabulo i-ECR ibusisa owakhahlanyezwa yizikhukhula ngomuzi

Injabulo i-ECR ibusisa owakhahlanyezwa yizikhukhula ngomuzi

IZINYEMBEZI zenjabulo umsakazo ozimele ozinze KwaZulu Natal i-East Coast Radio wakhela uNkz Thembeka Shandase waseNtshanga umuzi ngosuku lokubungaza uMengameli wokuqala wentando yeningi eNingizimu Afrika uMnu Nelson Mandela. Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule lo msakazo...

Kuzoguga ithayi koweRed Bull Shay’ iMoto

Kuzoguga ithayi koweRed Bull Shay’ iMoto

KUZOGUGA ithayi emncintiswaneni womdlalo wezimoto - obizwa ngeRed Bull Shay'iMoto - ozobe uqala ukwenzelwa eSuncoast Casino, eThekwini, mhla ka-10 ku-August. Kubhekwe ukuthi lo mcimbi uhehe izinkumbi zabantu abazifela ngokubuka abashayeli bezimoto begila izimanga...

Iwufanele umndeni iToyota Corolla Cross Hybrid Xi

Iwufanele umndeni iToyota Corolla Cross Hybrid Xi

ISHAYE IZULE noZANDILE TEMBE SINETHULELA ingosi ekhethekile lapho sibheka izimoto nokusebenza kwazo ngokwesidingo somshayeli. Iqiniso lithi imoto ayiseyona into obanayo ngoba zikuhambela kahle ephaketheni, kodwa inesidingo ezintweni esizenza nsukuzonke. Isinqumo...

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

UGABE ngobuchwepheshe besimanje manje umakhalekhukhwini wohlobo lweHonor 400/ 400 Pro owethulwe ngokusemthethweni ngoLwesine eKyalami eGoli. Umcimbi wokwethulwa kwalo makhalekhukhwini ubuhanjelwe ngosaziwayo nabezemidlalo abahlukene. Isikhulu esiphezulu se-Honor South...

Sibi isimo sokuphathwa kwemali komasipala

Sibi isimo sokuphathwa kwemali komasipala

KUBIKWA ukuthi iya ngokujula inkinga yesimo sokuphathwa kwemali kanye nendlela yokuphatha jikelele komasipala.Lokhu kushiwo nguSihlalo weKomidi eliqondene nezokuBusa ngokuBambisana, noBuholi boMdabu ePhalamende, uDkt Zweli Mkhize.Uthi umbiko wakamuva wocwaningo...

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

KUBIKWA ukuthi iB-BBEE (Broad-Based Black Economic Empowernment) isiwukhinyabeze kakhulu umnotho waseNingizimu Afrika kusukela yethulwa. Ngonyaka kubikwa ukuthi leli lizwe lilahlekelwa yisamba esingafinyelela ku-R290 billion ngenxa yeB-BBEE, okuyisamba esilingaba...