KUSUKUMISE izintandokazi zabalingisi ukwanda kwezigameko zobuqhwaga nokuhlukumezana kwezingane ezikoleni zakuleli. Abalingisi okubalwa kubo uMenzi Biyela, Swazy Mokoena, Ndumiso Dlamini, Thembinkosi Thwala nomculi weh-Hip Hop uMpumelelo Gumbi owaziwa ngelikaShon G...







