Ilanga News

Ukudla

Ubumnandi nenjabulo koweVibe2000 Getaway eLa Clef Boutique Hotel

Ubumnandi nenjabulo koweVibe2000 Getaway eLa Clef Boutique Hotel

KUBHEKWE ukuthi uhehe izihambeli zamazinga ahlukene umcimbi iVibe2000 Weekend Getaway ozobanjelwa ehhotela elisezingeni iLa Clef Boutique elingaseMgungundlovu maphakathi nesifundazwe ngempelasonto yomhla ka20 no21 kwephezulu. Lo mcimbi uzobe ugabe ngomculo, ukudla...

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

Kukhuthazwa ukudla okunomsoco ngosuku lwemakethe eThekwini

LUHLOSE ukuhlomulisa abalimi abasakhula nokukhuthaza abantu ukuthi badle ukudla okunomsoco usuku lwemakethe olubizwa ngeSoil To Soul Farmers Market Day oluzoba ngomhla ka-30 kwephezulu ePort Natal Maritime Museum Parking eThekwini. Lolu suku kuzobe kubuthene abalimi...

Kukhuthazwe abaphekela izingane zesikole ngokudla okunomsoco

Kukhuthazwe abaphekela izingane zesikole ngokudla okunomsoco

KUQEQESHWE kwaphinde kwakhuthazwa abaphekela izingane ezikoleni ngokubaluleka kokupheka ukudla okunomsoco futhi okunazo zonke izithako ezakha umzimba emcimbini osesikoleni samabanga aphakeme Eshowe Hish School Eshowe ngoLwesibili. Lolu qeqesho beliholwa yinkampani...

Konke okumele ukwazi ngokuzihlanza umzimba

Konke okumele ukwazi ngokuzihlanza umzimba

ISAZI sezokudla sithi kasikho nesincane isidingo sokuba abantu bazikhathaze ngokukhuculula umzimba okwaziwa nge-detoxing ngoba uyakwazi ukuzikhuculula wona. Kuyinto ejwayelekile ukuthi uma kuqala unyaka abantu bakhuculule umzimba ngenxa yokuthi basu kade bezitika...