Ilanga News

Ezokungcebeleka

IGagasi FM likhuthaza abeselisa

IGagasi FM likhuthaza abeselisa

UMSAKAZO ozinze KwaZulu Natal iGagasi FM uzibophezele ekukhuthazeni abantu besilisa esikhathini lapho bebhekene khona nezingqinamba ezahlukene zempilo. Esikhathini lapho ziningi izinselelo ezibhekene nabantu besilisa emphakathini nasemindenini yabo, lo msakazo...

Kukhonya iKZN koweMasterChef nonyaka

Kukhonya iKZN koweMasterChef nonyaka

BATHEMBISA ukumela iKwaZulu Natal ngokusezingeni elifanele ohlelweni lukamabonakude lomncintiswano wokupheka iMasterChef abaqokwe ukumela lesi sifundazwe kulolu hlelo okulindeleke ukuthi luqale ukukhonjiswa ngeSonto mhla ka-22 kuNhlolanja esiteshini esizimele i-etv...

Isiphakamiso ngeFact Durban Rocks

Isiphakamiso ngeFact Durban Rocks

YENZE isiphakamiso sokuhlonipha uDJ Tira inhlangano engayenzi inzuzo eholwa ngusomabhizinisi uMnu Teddy Nyathi ebizwa ngokuthi Inyathi Foundation kulandela ukuvela kwezindaba zokuphela ngomcimbi wakhe wokuhlukanisa unyaka obizwa ngeFact Durban Rocks. Ngonyaka odlule...

Ubumnandi nenjabulo koweVibe2000 Getaway eLa Clef Boutique Hotel

Ubumnandi nenjabulo koweVibe2000 Getaway eLa Clef Boutique Hotel

KUBHEKWE ukuthi uhehe izihambeli zamazinga ahlukene umcimbi iVibe2000 Weekend Getaway ozobanjelwa ehhotela elisezingeni iLa Clef Boutique elingaseMgungundlovu maphakathi nesifundazwe ngempelasonto yomhla ka20 no21 kwephezulu. Lo mcimbi uzobe ugabe ngomculo, ukudla...

Bekusindwe ngobethole kugcagcelwa Iso leSilo

Bekusindwe ngobethole kugcagcelwa Iso leSilo

BEKUSINDWE ngobethole kugcagcelwa uShansela waseNdlunkulu uMalusi Zondi nowakwakhe uNkk Snothile MaKhumalo eMzinyathi eNanda ngeSonto emcimbini obuhanjelwe yizinkumbi zabantu bamazinga ahlukene. UShansela uZondi osekhothanyelwa njengeNkosi ngokwesikhundla sakhe...