Ilanga News

Ezemidlalo

Uvule ngewini ekilabhini entsha

Uvule ngewini ekilabhini entsha

UVULE ngewini ekilabhini yakhe entsha iNedbank Running Club, uLoveness Madziva edla umhlanganiso kwiGqeberha Ultra Marathon (50km) ngoMgqibelo khona belu eGqeberha. Lo msubathi nyakenye ubegijimela iHollywood Athletics Club njengoba nonyaka esevumbuka kwiNedbank....

Basonga ukwenza iChiefs isilo sengubo abeZesco Utd

Basonga ukwenza iChiefs isilo sengubo abeZesco Utd

USONGELA iKaizer Chiefs umqeqeshi weZESCO United yaseZambia uMathews Ndhlovu njengoba ethi kukhona okusina kuyijeqeza. IZESCO izobhekana neChiefs emlenzeni wesibili ka-group D weCaf Confederation Cup kusasa ngeSonto ngo-15h00 eMoses Mabhida Stadium, eThekwini....

Ibamba lomqeqeshi lisafuna ukuyenzela lukhulu iChiefs

Ibamba lomqeqeshi lisafuna ukuyenzela lukhulu iChiefs

UMQEQESHI weKaizer Chiefs uCedric Kaze uthi abasakwenzile kule kilabhu nozakwabo uKhalil Ben Youssef - ababambe naye isigqiki sokuqeqesha le kilabhu - kakwenele ukuthi sebenganikwa lo msebenzi ngokugcwele.IChiefs izobhekana neZESCO United yaseZambia emlenzeni wesibili...

Ugcwele ukuzethemba ukaputeni weSpar Proteas

Ugcwele ukuzethemba ukaputeni weSpar Proteas

UGCWELE ukuzethemba ukaputeni weSpar Proteas okuyiqembu lesizwe leNetball uKhanyisa Chawane ukuthi bazokwenza kahle emdlalweni ewuchungechunge ne-England yeSpar Challenge Netball Series ezoqala ngoLwesine isongwe ngoMgqibelo e-Ellis Park Arena, eGoli. Le midlalo...

UBroos udunyazwa wukubukwa yizihlalo kweBafana kwi-Afcon

UBroos udunyazwa wukubukwa yizihlalo kweBafana kwi-Afcon

UKHONONDA ngokugqoza kwabalandeli emidlalweni ye-Afcon oqhubeka eMorocco umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos. Uthi lokhu kwenza lo mqhudelwano ubande kungafani nobuse-Ivory Coast ngo-2024. IBafana idlulele kwiLast-16 ye-Afcon iguqisa ngo-3-2 iZimbabwe koka-group B...

IBafana ithembisa ukuziphuzela isobho kwiZimbabwe

IBafana ithembisa ukuziphuzela isobho kwiZimbabwe

SENZO SOKHELA IZOLWELA ukuthola igoli kuqala ukugwema ingcindezi iBafana Bafana uma seyibhekene neZimbabwe kowokusonga u-group B namuhla ngoMsombuluko ngo-18h00 eMorocco.IBafana ukuze ingazitholi sekufanele ilokhu ishaya izibalo, kuzofanele iwunqobe lo mdlalo...