I-AVBOB seyenabela ohlelweni lokuxazululela amalungu ayo izinkinga zemali, njengoba yethule ngokusemthethweni uhlelo lokuwaboleka imali yokuzibheka, ukuze akwazi ukuhlangabezana nezidingo zawo. Uma sibala nomshwalense odidiyelwe, nosizo lwezokungcwaba olungambi eqolo,...
Imisebenzi
Kunxuswa umphakathi ukuphawula ngenani leNational Minimum Wage
INational Minimun Wage (NMW) Commission inxusa abaqashi, isisebenzi, amalungu omphakathi nezinye izinhlaka ukubeka imibono yabo mayelana nokwenyuswa kwenali lemali okungamele umuntu oyisisebenzi eNingizimu Afrika ahole ngaphansi kwayo. Le khomishini ithi ngemuva...
Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe
KUBIKWA ukuthi iB-BBEE (Broad-Based Black Economic Empowernment) isiwukhinyabeze kakhulu umnotho waseNingizimu Afrika kusukela yethulwa. Ngonyaka kubikwa ukuthi leli lizwe lilahlekelwa yisamba esingafinyelela ku-R290 billion ngenxa yeB-BBEE, okuyisamba esilingaba...
Kukhalwa ngenqwaba ezodilizwa ngokuwa kwenkampani yensimbi i-ArcelorMittal
UKUKHATHAZEKA ngengcuphe yokudilizwa kwezinkumbi zezisebenzi zenkampani ekhiqiza insimbi, i-ArcelorMittal, sekunyakazise uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho KwaZulu-Natal, uMfu Musa Zondi, ofuna uhulumeni ungenelele ngokushesha. Le nkampani imemezele ngoMsombuluko...




