SIWUFAKAZI kumculi onedumela ezinkundleni zokuxhumana uLinda Mkhiza odume ngelikaMastende isisho esithi ingwe idla ngamabala. Lo mculi usebenzisa izinkundla zokuxhumana ukusabalalisa nokumaketha umculo njengoba eveze ukuthi izona anazo njengoba engakabi nawo amandla...




