Ilanga News
Home 9 Lempelasonto 9 16 November 2024

16 November 2024

by | 15 November 2024

Ezisematheni

Kubulawe umfundi kubangwa intombi

Kubulawe umfundi kubangwa intombi

IKHIPHE isidumbu impi yabafundi baKwaNomathiya Technical High School, KwaSomkhele, eMtubatuba ngoLwesithathu ntambama. Ngokuthola kwaleli phephandaba, kuthiwa kunombango wezigodi omdala, kodwa okukhiphe isidumbu, kungenxa yentombazane ebibangwa. Kubikwa ukuthi umufi...

Amaphoyisa athungatha abasolwa ngokubulala 8 eMlazi

Amaphoyisa athungatha abasolwa ngokubulala 8 eMlazi

AMAPHOYISA aKwaZulu Natal athungatha abasolwa abadubule babulala abantu abawu-8 endaweni yaseZama esigcemeni sakwa-U eMlazi ngoLwesihlanu ebusuku. Ngokusho kwamaphoyisa abizwe kule ndawo afica kulele uyaca abesilisa abawu-6 nabesifazane abawu-2 sebebulewe. Okhulumela...

Sivaliwe isikhala semeya eJozini

Sivaliwe isikhala semeya eJozini

NGUMNU Nkosinathi Myeni oyiMeya entsha yaseJozini. YETHEMBISA ukufuqa ngamandla izinhlelo zentuthuko yomphakathi ngaphandle kokubheka ibala lomuntu iMeya entsha kaMasipala waseJozini, egcotshwe namuhla ngoLwesihlanu. UMnu Nkosinathi Myeni ongowokudabuka eMhlekazi,...