Ilanga News
Home 9 Ezikaqedisizungu 9 Umzukulu kaJacob Zuma nohlelo lukamabonakude

Umzukulu kaJacob Zuma nohlelo lukamabonakude

by | 3 December 2024

NONHLAKANIPHO SHINGA

UHONOUR Zuma, ozoba nohlelo olukhuluma ngempilo yakhe.

INTOKAZI esanda kuveza ukuthi ingumzukulu kalowo owayengumengameli wakuleli, uMnu Jacob Zuma, uCyan Boujie, sekuvele ukuthi izokuba nohlelo olungempilo yayo.

Ngokusho kwemithombo, lolu hlelo luzodlala esiteshini sikamabonakude iMoja Love, esikuDStv Channel 157.

Kuzokhumbuleka ukuthi uCyan Boujie ungomunye wama influencer asezakhele igama ngezigemegeme eziningi. Le ntokazi yaziwa ngokuba nesandla esilula kanti iphinde ingafihli ukuthi njengoba inezinqa ezinkuku nje, zenziwa ezweni laseTurkey.

Baningi abazothokozela uhlelo lwale ntokazi njengoba yaziwa ngokungafihli lutho ngayo.

Ezisematheni

Amaqembu eGNU abone inhlansi yethemba kwisabelomali sikaGodongwana

Amaqembu eGNU abone inhlansi yethemba kwisabelomali sikaGodongwana

ABONE inhlansi yethemba amaqembu abumbe uhulumeni wenhlanganisela eNingizimu Afrika (GNU), kwathi aphikisayo azwakalisa ukukhathazeka ngesabelomali saphakathi nonyaka esibuyekeziwe, esethulwe nguNgqongqoshe wezeMali uMnu Enoch Godongwana izolo ngoLwesithathu...

I-SABC 1 izohlonipha uBrenda Fassie nge-documentary

I-SABC 1 izohlonipha uBrenda Fassie nge-documentary

ISITESHI sikamabonakude iSABC 1, sizohlonipha siphinde sikhumbule inkakha yezomculo engasekho uBrenda Fassie, ngokukhombisa i-documentary eneziqephu ezine, ngempilo yale ntandokazi yomculi, kusuka ngoMgqibelo ngo-20h00. Ngokusho kweSABC 1, le documentary esihloko...