Ilanga News
Home 9 Entertainment 9 Bathelelene amanzi uBig Zulu no-Emtee

Bathelelene amanzi uBig Zulu no-Emtee

by | 6 February 2025

BATHELELENE amanzi babuyisana abaculi be Hio Hop abangacobsi kubalandeki babo uBig Zulu no-Emtee.

Kuzokhumbuleka ukuthi laba bake bangazwana ngaphambilini nokuyinto abebengayifihli.

U-Emtee kuke kwanezikhathi lapho ebeqhulula izinhlamba ezibhekise kuBig Zulu aze athi uyamhlula ngethalente yena analo.

Laba baphinde baveza ne-video bese-studio beqopha ingoma intsha.

Ngokusho kwesitebele sikaBig Zulu, Inkabi Records,ingoma yabo izophuma kungekudala.
nonhlakaniphos@ilanganews.co.za

Ezisematheni

UseMlazi uMkhosi weLembe walo nyaka

UseMlazi uMkhosi weLembe walo nyaka

UMGUBHO waminyaka yonke wokukhumbula iSilo uShaka, umsunguli wesizwe samaZulu, useKing Zwelithini Stadium, eMlazi, kulo nyaka. Uzoba ngoLwesine, njengoba iSilo uMisuzulu kaZwelithini, sanquma ukuthi imigubho yeLembe, ibengawo umhla ka-24 kuMandulo (September), ilanga...

Ukunqoba kwezokuchibiyela kumnika ugqozi uNtuli

Ukunqoba kwezokuchibiyela kumnika ugqozi uNtuli

UKUNQOBA ezinkethweni zokuchibiyela kuMasipala waseThekwini nowaseMuziwabantu kunika ugqozi uSihlalo we-IFP KwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli (osesithombeni), ongundunankulu wesifundazwe. UNtuli ekhuluma nabezindaba izolo ngeSonto emcimbini wokwethulwa kukasomqulu...

Kunxuswe amadoda ukulwa nokubulawa kwabesifazane

Kunxuswe amadoda ukulwa nokubulawa kwabesifazane

NGABESIFAZANE Abebeyingxenye yengqungquthela ye-IFP yokwethulwa kukasomqulu wezethembiso zokhetho. UPHAKAMISE ukuba kubizwe imbizo yamadoda ukulwa nesihlava sokubulawa kwabesifazane esidlangile kulezi zinsuku esifundazweni iGauteng, uMengameli we-IFP uMnu Velenkosini...