Ilanga News

Ezemidlalo

Kunxuswa abalandeli kowezinkakha zeChiefs nePirates

Kunxuswa abalandeli kowezinkakha zeChiefs nePirates

KUNXUSWA abalandeli ukufika ngesikhathi emdlalweni wezingqungulu zaseSoweto weKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates asebekhulile ngeSonto ngo-15h30, eMoses Mabhida Stadium, eThekwini. Lo mdlalo uthathwa njengomunye wemikhulu njengoba imidlalo yeBetway Premiership neMotsepe...

Izikhulu zikahulumeni emjahweni waseKokstad

Izikhulu zikahulumeni emjahweni waseKokstad

UMPHAKATHI waseHarry Gwala uzoqala ukuzilungiselela iHarry Gwala Marathon ezokuba ngenyanga ezayo nge-MM Fun Run engoMgqibelo eKokstad. Lo mjaho sekunesikhathi waqala kanti waqalwa ngenhloso yokugqugquzela abantu ukuba bazivocavoce ukuze bahlale beqatha. Kuthiwa...

Unephupho lokujabulisa umnikazi woSuthu ngendebe

Unephupho lokujabulisa umnikazi woSuthu ngendebe

MFANAFUTHI NDLOVU UNEPHUPHO lokunika uSandile Zungu - onguMengameli wamaZulu FC - isipho esikhethekile empilweni yakhe u-Arthur "10111" Zwane ongumlolongi wale kilabhu ejabulise lesi sikhulu ngosuku lwaso lokuzalwa idlulela kwiLast 16 yeNedbank Cup ngokuwashisa ijezi...

URulani Mokwena nezinsongo ezishubile kwiDowns

URulani Mokwena nezinsongo ezishubile kwiDowns

USONGELA iMamelodi Sundowns engabaqashi bakhe bakudala uRulani Mokwena ololonga iMC Alger yase-Algeria ebuye ngamandla emqhudelwaneni weCaf Champions League.I-Alger izoshukana neSundowns emdlalweni obucayi wokugoqa u-group C kwiCaf Champions League ngoMgqibelo...

Uvule ngewini ekilabhini entsha

Uvule ngewini ekilabhini entsha

UVULE ngewini ekilabhini yakhe entsha iNedbank Running Club, uLoveness Madziva edla umhlanganiso kwiGqeberha Ultra Marathon (50km) ngoMgqibelo khona belu eGqeberha. Lo msubathi nyakenye ubegijimela iHollywood Athletics Club njengoba nonyaka esevumbuka kwiNedbank....

Basonga ukwenza iChiefs isilo sengubo abeZesco Utd

Basonga ukwenza iChiefs isilo sengubo abeZesco Utd

USONGELA iKaizer Chiefs umqeqeshi weZESCO United yaseZambia uMathews Ndhlovu njengoba ethi kukhona okusina kuyijeqeza. IZESCO izobhekana neChiefs emlenzeni wesibili ka-group D weCaf Confederation Cup kusasa ngeSonto ngo-15h00 eMoses Mabhida Stadium, eThekwini....