Ilanga News

Shows

Uthi kushintshe impilo ngokulingisa ekaZoleka kwiNimba

Uthi kushintshe impilo ngokulingisa ekaZoleka kwiNimba

UVUMA eyezingqinamba nokushintsha kwempilo yakhe ngokudlala indawo kaZoleka Ngcukana emdlalweni Inimba, uLunathi Mampofu (osesithombeni), ongumlingisi oqavile kulo mdlalo okhonjiswa kuMzansi Magic (Channel 161), phakathi nezinsuku. Engxoxweni ekhethekile abe nayo...

UMr Magic ‘uzogcotshelwa ukuba ngumfundisi’

UMr Magic ‘uzogcotshelwa ukuba ngumfundisi’

IKHULUNYELWA phansi eyokugcotshelwa kwesokuba ngumfundisi kwenkakha yezokusakaza uLinda “Mr Magic” Sibiya osanda kujoyina iGagasi FM, lapho eshayela khona izinhlelo zenkolo. UMr Magic owazakhela udumo esakaza oKhozini FM, ujoyine iGagasi kulo nyaka ngemuva kweminyaka...

Abalingisi nomkhankaso wokuqwashisa ngobuqhwaga ezikoleni

Abalingisi nomkhankaso wokuqwashisa ngobuqhwaga ezikoleni

KUSUKUMISE izintandokazi zabalingisi ukwanda kwezigameko zobuqhwaga nokuhlukumezana kwezingane ezikoleni zakuleli. Abalingisi okubalwa kubo uMenzi Biyela, Swazy Mokoena, Ndumiso Dlamini, Thembinkosi Thwala nomculi weh-Hip Hop uMpumelelo Gumbi owaziwa ngelikaShon G...

Uhlelelwe izinsuku ezine owokwemukela oweBig Brother

Uhlelelwe izinsuku ezine owokwemukela oweBig Brother

UHLELELWE izinsuku ezine umcimbi wokwamukela ozakhele udumo ohlelweni lukamabonakude kuMzansi Magic, iBig Brother Mzansi Bazozwa, uThandeka Tshabalala, ophume isibili kulolu hlelo obekuvota umphakathi kulona. UThandeka ongomunye wabaKwaZulu-Natal, obekulolu hlelo, ube...

Okungajwayelekile emcimbini weMayine Gospel Experience

Okungajwayelekile emcimbini weMayine Gospel Experience

KUZOKWENZEKA okungajwayelekile emcimbini we-gospel obizwa ngeMayine Gospel Exeperience ozoba seDCC Jesus Dome eMayville eThekwini ngomhla ka22 kuMay kophezulu. Le ndumezulu yomcimbi ezoteketiswa ngeSilent Worship Expence: A Night of Song and Worship kuzokwenzeka...

Luxubile uhlu lwabazonandisa koweMetro FM Music Festival eThekwini

Luxubile uhlu lwabazonandisa koweMetro FM Music Festival eThekwini

LUXUBE izinhlobo ezahluke zomculo uhlu lwabaculi abazonandisa kwindumezulu yomcimbi ozohambisana noweMetro FM Music Awards ozoba sePeoples Park eMoses Mabhida eThekwini ngomhla ka-25 kwephezulu. Lo mcimbi ozobizwa ngeMetro FM Music Festival kulindeleke ukuthi udonse...