Ilanga News
Home 9 Ezemidlalo 9 Iziphungulele umthwalo iSundowns inqoba ekhaya

Iziphungulele umthwalo iSundowns inqoba ekhaya

by | 1 April 2025

IZIPHUNGULELE umsebenzi iMamelodi Sundowns ngokugwema ukungenelwa yigoli idla i-Esperance yaseTunisia ngo-1-0 emlenzeni wokuqala weQuater-final yeCaf Champions League namuhla ngoLwesibili eLoftus Versfeld.

Igoli leDowns lishaywe nguPeter Shalulile ngomzuzu ka-54.

Lo mphumela uchaza ukuthi sekulele kwi-Esperance ukulwela ukuthola igoli uma isidlalela ekhaya, emlenzeni wesibili ozogijinywa ngoLwesibili oluzayo. Lowo mdlalo uzoqala ngo-21h00 ebusuku.

Amehlo manje asezothi njo kwi-Orlando Pirates evakashele iMS Alger yase-Algeria komunye umlenze wokuqala weQuater-final. Umdlalo uzoqala ngo-21h00 ebusuku.

Ezisematheni

ITransnet nezinhlelo zokusondela emphakathini

ITransnet nezinhlelo zokusondela emphakathini

INKAMPANI kahulumeni ephethe amachweba nezitimela eNingizimu Afrika  iTransnet  idalule ukuthi noma iyisizinda somnotho kuleli kodwa ibingakaze izinike isikhathi sokuthi iqinisekise ukuthi ekwenzayo kufinyelela ngendlela kubantu. Lokhu kuvele ngesikhathi...

UNomvalo uchithwe kwesikaNobhala weMKP

UNomvalo uchithwe kwesikaNobhala weMKP

UMKHONTO weSizwe Party (MKP) uchithe esikhundleni unobhala jikelele weqembu, uMnu Sibonelo Nomvalo wafaka, uNkz Lindiwe Mtshali esikhundleni sakhe. Izinguquko zenzeke emva kophenyo lwangaphakathi oluveza ukuthi uNomvalo kukhona izinto angazihambisi kahle eqenjini...

“Uma ningavoti azobuya amasela”

“Uma ningavoti azobuya amasela”

UMHOLI nomsunguli weMarch and March, uNkk Jacinta Ngobese-Zuma uthi abantu abaphume ngobuningi babo, bayovota ngoLwesithathu, lomhlaka 4 kuLwezi (November). Uthi, uma abantu bengavoti, amasela nezikhohlakali, bazoqhubeka babesemandleni. Amalungu eMarch and March,...