Ilanga News
Home 9 Ezemidlalo 9 Sivalwe ngabanohlonze esikaMuhsin Ertugral

Sivalwe ngabanohlonze esikaMuhsin Ertugral

by | 17 March 2025

SIVALWE ngabaqeqeshi abanohlonze isikhundla esivuleke ngesikhathi kufakwa amasondo uMuhsin Ertugral waseTurkey yiCape Town City. UDiogo Peral ugixabezwe ngomthwalo wokuba yinhloko yabaqeqeshi abazobamba kuze kusongwe isizini uLebogang Manyama obevele ekhona kule kilabhu bazokuba ngamaphini akhe benoRoger De Sa oke wayibamba kwi-Orlando Pirates.

Ezisematheni

Kwethule uhlelo lwabokufika ukufaka izicelo zokubhaciswa online

Kwethule uhlelo lwabokufika ukufaka izicelo zokubhaciswa online

UMNYANGO wezaseKhaya eNingizimu Afrika wethule uhlelo lokuthi abokufika, abafuna ukukhoseliswa kuleli zwe, bafake izicelo zabo ngohlelo lwe-inthanethi (online). UNgqongqoshe walo mnyango, uDkt Leon Schreiber, nguyena osayine ukuphasiswa kwalolu hlelo ePretria...

Kukhalwa ngobuncane bemali eyabelwa othisha bakwaGrade R

Kukhalwa ngobuncane bemali eyabelwa othisha bakwaGrade R

UMNYANGO weMfundo eyiSisekelo eNingizimu Afrika usutshele amalungu ePhalamende ukuthi incane kakhulu imali eyabelwe ukuholela othisha bakwaGrade R. Besekunesikhathi eside kukhalwa ngokuthi othisha bakwaGrade R kababhekelelwa, njengoba abanye bebevolontiya isikhathi...

Liyaqala ukuqulwa elokubulawa kukaMagaqa

Liyaqala ukuqulwa elokubulawa kukaMagaqa

LIYAQALA ukuqulwa ngoMsombuluko eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu icala lokubulala elibhekene nabesilisa abathathu abasolwa ngokubulawa kowayenguNobhala wentsha ye-ANC, uMnu Sindiso Jethro Magaqa ngo-2017. Abasolwa uMnu Mbulelo Mpofana, uMnu Sbonelo Myeza noMnu...