Ilanga News
Home 9 Ezokungcebeleka 9 Ezempilo 9 Siyakhula isibalo sabahaqwe wuphenyane

Siyakhula isibalo sabahaqwe wuphenyane

by | 11 March 2025

LUDLANGILE uphenyane eThekwini namaphethelo. UMnyango wezeMpilo ukhuthaza ukuba kubuyelwe kwinhlanzeko ngenhloso yokugwema ukubhebhetheka kwalesi sifo.

Uphenyane lubonakala:

-Ngamehlo abomvu noma abe pink

-Amehlo ayaluma kube sengathi kunokusanhlabathi

-Ukuvuvukala nokuphuma kwezinyembezi nokusaketshezi

-Nokuvuvukala

Ezisematheni

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

SELISEZIKHINDINI isoka lentokazi eveze izithombe enkundleni yezokuxhumana ikhala ngokungatholi ubulungiswa. Amaphoyisa akwaSAPS eKZN akhiphe isitatimende ecacisa ngodaba lukaNkz Snenhlanhla Nenezana Mthembu ofake izithombe zakhe kanye nezesoka lakhe elimshayayo athi...

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

I-AFRICAN National Congress (ANC), ithi ngeke ithule uma kukhona izwe elihlukumeza abantu abangenacala. Lokhu kulandela umsindo osuswe ukugasela kweMelika eVenezuela, ngoMgqibelo, yathumba uMengameli wakhona uMnu Nicolas Maduri, nomkakhe. UNobhala we-ANC, uMnu Fikile...