Ilanga News
Home 9 Entertainment 9 UGatsheni uthi kalikho elibi phakathi kwakhe noMashudula

UGatsheni uthi kalikho elibi phakathi kwakhe noMashudula

by | 24 December 2024

UMCULI kamasikandi uGatsheni, usecacise ngeVideo yakhe esabalale ezinkundleni zokuxhumana, lapho evela esikaza ngesikhwili umphathi womhlelo uMashadula.

Ukusikazwa kukaMashudubula, kwenzeke ngempelasonto kwiBig Five Music Festival, eHluhluwe.

Kushiye imibuzo kwabaningi lokhu okwenziwe nguGatsheni, kwabanezinsolo zokuthi mhlawumbe kabezwani, abanye bemgxeka ngokuhlasela umuntu wesifazane.

UGatsheni usephumele obala wathi amaphaphu phansi, ubemdlalisa uMashudula.

Ezisematheni

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...

Inanda isazihola kwawokudlwengula neCator Manor kwawokubulala

Inanda isazihola kwawokudlwengula neCator Manor kwawokubulala

UKHOMISHANA wamaPhoyisa obambile kwaZulu-Natal, uMajor General Phumelele Makhoba udalule ukuthi zehlile izibalo zokubulawa kwabantu esifundazweni, kodwa kunyuke ezamacala okushayana  kwabo. Uthe yize izibalo zokubulawa kwabantu zehlile kodwa basakhathazwa...