Akumhambelanga kahle enkantolo “owadlwengula, wabulala” indodakazi (7)
AZIMHAMBELANGA kahle izinto eNkantolo yeMantshi yaseScottburgh owesilisa (31) osolwa ngokudlwengula aphinde abulale indodakazi yakhe (7) ehlangene nengoduso yakhe (44) njengoba efake kabusha isicelo sebheyili kodwa lagcina lingahlalanga icala izinsuku...







