Ilanga News
Home 9 Featured 9 Bayanyaniswa nobugebengu abalisa (5) ababulawe eNanda

Bayanyaniswa nobugebengu abalisa (5) ababulawe eNanda

by | 17 January 2025

BAYANYANISWA nezigameko zobugebengu nokuhlukunyezwa komphakathi abesilisa abayisihlanu okunezinsolo zokuthi babulawe ngamalungu omphakathi, usukhathele wukubekezelela ukuziphatha kwabo budlabha.

Izidumbu zabafi zitholakale zinamanxeba okushaywa nokugencwa enkundleni yezemidlalo eNanda, eThekwini, namuhla ngoLwesithathu ekuseni.

Kubikwa ukuthi abafi bangenelwe ngamalungu omphakathi, abezifihle ubuso, abakhipha ezindlini, maqede bayoshaywa, babulawa.

Bayanyaniswa nanezigameko zokunukubezwa ngokocansi kwabantu besifazane kule ndawo, okubikwa ukuthi bekudla lubi ngenyanga kaZibandlela (December) nyakenye.

Ingxenye yamalungu omphakathi akhulume naleliphephandaba, ngaphansi kombandela wokuba kugodlwe imininingwane yawo, iveze ukuthi indaba yabafi ibisibami emphinjeni. 

Ezisematheni

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

SELISEZIKHINDINI isoka lentokazi eveze izithombe enkundleni yezokuxhumana ikhala ngokungatholi ubulungiswa. Amaphoyisa akwaSAPS eKZN akhiphe isitatimende ecacisa ngodaba lukaNkz Snenhlanhla Nenezana Mthembu ofake izithombe zakhe kanye nezesoka lakhe elimshayayo athi...

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

I-AFRICAN National Congress (ANC), ithi ngeke ithule uma kukhona izwe elihlukumeza abantu abangenacala. Lokhu kulandela umsindo osuswe ukugasela kweMelika eVenezuela, ngoMgqibelo, yathumba uMengameli wakhona uMnu Nicolas Maduri, nomkakhe. UNobhala we-ANC, uMnu Fikile...