Ilanga News
Home 9 Featured 9 ‘Bebefunelwa ukuduna imoto yemali’ abafe bedubulana namaphoyisa

‘Bebefunelwa ukuduna imoto yemali’ abafe bedubulana namaphoyisa

by | 2 April 2025

BASALE enkundleni abalisa abahlanu ngesikhathi itholene phezulu ngezulu lezandla phakathi kwabo amaphoyisa namuhla ntambama eBonela, eThekwini.

Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa, abafi bayanyaniswa nesigameko sokubanjwa kwemoto yemali esenzeke ngoMsombuluko ku-M25 eDuffs Road, eduze kwaKwaMashu, eThekwini. 

Kuvele ukuthi bese kunesikhathi amaphoyisa elandela umkhondo wabasolwa. Endaweni yesigameko kutholakale izibhamu ezingekho emthethweni.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...