Ilanga News

Ezabagijimi

Kuzokuba bomvu iTheku nge-Absa Durban 10k

Kuzokuba bomvu iTheku nge-Absa Durban 10k

KUZOKUBA bomvu izitaladi zeTheku ngeSonto ekuseni uma abasubathi sebekhiphana inkani kwi-Absa Run Your City Durban 10k. Lo mjaho ohlelwe ngabakwaStillwater Sports ungenelwe ngabasubathi abawu-10 000, kanti kulindeleke ukuba uphazamise imigwaqo eminingi enkabeni...

Inkantolo yase-Europe ivune uCaster Semenya

Inkantolo yase-Europe ivune uCaster Semenya

INKANTOLO yamaLungelo aBantu e-Europe ikhale ngokungenziwa kobulungiswa odabeni lukaCaster Semenya ongumgijimi wakuleli, owamiswa kwezokugijinywa esolwa ngokuba namandla amaningi kunabanye abagijimi besifazane. Lo msubathi wamiswa yiWorld Athletics (WA) kwezokugijima...

UMkasi uyaqhubeka nokuhola iKZN Athletics

UMkasi uyaqhubeka nokuhola iKZN Athletics

UBUYISELIWE esikhundleni sakhe sokuhola iKwaZulu-Natal Athletics (KZNA) uSteve Mkasi okhethweni lwale nhlangano obelungoMgqibelo eWestville. UMkasi ubebanga noMandla Mngomezulu, obeyisekela lakhe futhi ongatholanga sikhundla okhethweni lwangoMgqibelo, uSello Mokoena...

Ikhehla (75) liqophe umlando ligijima iComrades ka-50

Ikhehla (75) liqophe umlando ligijima iComrades ka-50

UQOPHE umlando Louis Massyn eba ngumsubathi wokuqala ukugijima iComrades Marathon amahlandla awu-50. Weqe intambo ngesikhathi esiwu-11:53:14, kulo mjaho obuyizolo, osukele eMgungundlovu wasongwa eThekwini. UMassyn kuthiwa uqale ukuba yingxenye yalo mjaho ngo-1973...

Utholakele umgijimi weComrades ‘obedukile’

Utholakele umgijimi weComrades ‘obedukile’

UGCINE etholakele umgijimi oduke ngemuva komjaho iComrades Marathon izolo ngeSonto. UMoira Harding uqede umjaho ngesikhathi esiwu-16:52, okuthe ngemuva kwalokho umndeni wakhe umfuna, wangamthola. Ubengatholakali ocingweni laze lwaphela usuku lwayizolo. Kuthiwa...