KUSUKE umsindo ezinkundleni zokuxhumana emuva kokuba kube nokuphambana kwemibono phakathi kwabesilisa nabesifazane ngodaba lomdlalo weBafana Bafana ne-South Korea weNdebe yoMhlaba odlale namuhla ezintatha ngo-03h00. IBafana inqobe ngo-1-0 okuyenze yadlulela esigabeni...







