Ilanga News
Home 9 Ezemidlalo 9 OweChippa ubize umhlangano ophuthumayo nomqeqeshi

OweChippa ubize umhlangano ophuthumayo nomqeqeshi

by | 7 October 2025

USIHLALO weChippa United uSiviwe “Chippa” Mpengesi kuthiwa usebize umhlangano ophuthumayo nomqeqeshi wale kilabhu uLuc Eymael emuva kokuba le kilabhu ibhudluzwe ngo-4-1 yiRichards Bay koweCarling Knockout ngeSonto ntambama eMhlathuze Sports Stadium, eRichards Bay.

Kuthiwa lo mhlangano uzokuba namuhla ngoMsombuluko ntambama.

Ezisematheni

Benqatshelwe ibheyili onogada ‘abahlasela’ umshayeli we-Uber

Benqatshelwe ibheyili onogada ‘abahlasela’ umshayeli we-Uber

YIZITHOMBE ezithwetshulwe kwiVideo yesigameko esenzeka KwaNdengezi, ebonisa umshayeli we-Uber ehlaselwa ngonogada bamatekisi emigwaqweni (patrollers). BAZOBUYELA enkantolo ngoLwesithathu abalisa abathathu abangabaqaphi bamatekisi emgwaqweni (patrolers) abasolwa...

Mkhulu kakhulu umehloko phakathi komhlonyane nomemulo

Mkhulu kakhulu umehloko phakathi komhlonyane nomemulo

NGUMLINGISI uHope Mbhele ngesikhathi enzelwe umemulo. Sikhulume ngembeleko ngokwedlule. Nokho siyichaze njengalokhu seyazeka esikhathini sanamhlanje ngoba singafuni ukuxuba, sizithole sekudidaniseka nomhlonyane owenzelwa ingane yentombazane lapho isithombile. Imbeleko...

Kwakhiwa ubumbano lothisha ngezemidlalo

Kwakhiwa ubumbano lothisha ngezemidlalo

BAZOKWAKHA uzinzo ngokuhlelwa kwemidlalo yebhola yothisha kwinyunyana ebekade kungabonwa ngaso linye kuyona emuva kwengqungquthela yokukhethwa kobuholi obusha nyakanye. INational Teachers Union (Natu) ihlele imidlalo yothisha mhlaka 25 no 26 kuyona lenyanga...